1. Idukwelivuliwe ngaphezulu kwentaba Libheke izizwe zomhlaba Lihlezi ngokuphalala entabeni Libheke, lihlezi liphepheta
2. Uzo veza lapho umuzi wakhe Ubezwe abantu bomhlaba Bethi “sokhuphuka sobonga iNkosi.” Silalele imithetho yakhe
3. Kulapho lasizo Funda khona Amaqiniso aphatha umhlaba wonke Lapho lasizothobela intando yakhe. Sizisindise nabazali bethu.