Book cover

UBaba Wethu Wase Zulwini

Amaculo Zabadhala Nezingane, 40


0:00 0:00
Introduction
All Verses

1. UBaba wethu wase ZulwiniNase ngi buye kuweNgizobuyanini ngizohlala naweU moya wami wahlala naweNgabona ubuso bakhoKengahlalanaweKenga khula nawe nKosiEndaweni engcwele.

2. Wangi beka emhlabeniNgesizato esikhuluAngisa khumbuli abahloboNokuzawa em hlabeni kwami.Ngingumfokazi laphaNgavela kwenye indawuEngcono kuna laphaEngcono kuna lapha.

3. Nga funda ukuthi uBaba wamiKunyenyeza uMoya ongcwele.Anga zanga lsizathuKwaze amaqiniso abuyiswaKunoBaba yedwa eZulwinina?Chabo akufanele.Iqiniso ingqondoyami ithiNginoMama futhi lapho.

4. Nase ngifa ngihambe emhlabeniUm zimba wami uzobalaBaba no Mama ngizonibonaEmzini wakho eZulwiniNasengiqede umsebenziNase ungi vumelaNgi funa ukufika kuninaNgizohlala nani.