Page 30
Asithokoze Manje
Asithokoze Manje
1. Asithokoze ilanga lokusindiswa
Ngeke sisazula emhlabeni
Njengezihambi zomhlaba wonke
Isikhathi senhlawulo sesifikile
Abantu a bangcwele Bazonikezwa
Konke abakuthenjiswa emhlabeni
Umhlaba uzobamuhleUKristo
nabantu bakhe bandawonye.
2. Sizo thandana futhi ngekesicashe.
Sihlukaniswe ngeke senze okubi
Kodwa sizo hlangana nomSindisi.
Ababi bazo saba ukusihlusi
Abantu a bangcwele Bazonikezwa
Konke abakuthenjiswa emhlabeni
Umhlaba uzobamuhleUKristo
nabantu bakhe bandawonye.
3. Sizoba nokolo sithembe UJe hova.
Asikhombiseyonke indlela
Kwamanje sizovuswa naba lungile.
Nase sifika kumSindisi
Abantu a bangcwele Bazonikezwa
Konke abakuthenjiswa emhlabeni
Umhlaba uzobamuhleUKristo
nabantu bakhe bandawonye.