Page 26
Isikhathi Sasekuseni
Isikhathi Sasekuseni
1. Isikhathi sasekuseni.
Ilanga lalikhanya kahle.
inyosi zazicunguza,
Zazwakala ehlathini
UJosefwathandaza
Khona ehlathini.
Labethandazela khona
Efuna uBaba wakhe.
2. Wathandaza.
Ekho theme e guqa.
Izono zakhe zonke,
Zamuhlupha kakhulu.
WathembauBaba wakhe
WaseZulwini,
Wakholwa uBaba wakhe
WaseZlwini.
3. Kwe hla ukukhanya.
Okucwebezela kahle.
Ngaphezulu kwelanga
Likhanya emini.
Wabona amaDoda
Amabili eZulwini,
UBaba neNDodana,
Be hlela emhlabeni.
4. “Josef inDodana yami.
Mulalele kahle.
Wajabula kakhulu,
Wambona UNKulunkulu.
Umthandazo waphenduwa.
Wamulalela uBaba.
Injabulo yakhe enkulu
Izoba naye njalo.