Page 44
Kungaba Khona Entabeni
Kungaba Khona Entabeni
1. Kungaba khona entabeniNoba ngaphe’sheya kolwandle,Hlawumbe ulwa impiKodwa nengi funa iNkosiEngi bizels endaweni engiyaziNgi zomphendula ngithiNgizohamba ngikwenzekonke okufunayo Baba.
Ngi zo hamba ngikwenzeOKufunwa iNKosi yami.Ethafeni noba entabeniNgizokwenza okufunwa uBaba.
2. Ikhona indawo emhlabeniKu lomhlaba omkhuluLangi ngamsebenzelaU Baba wethu waseZulwiniNgoba uyangithandaNgizokwenza isifiso sakhe.Ngizoba ofunwa nguBabaNgizoba ofunwa inKosi.
Ngi zo hamba ngikwenzeOKufunwa iNKosi yami.Ethafeni noba entabeniNgizokwenza okufunwa uBaba.