Page 69
Masinya Ngizo Lalela
Masinya Ngizo Lalela
1. Nasengibiza umama
Ngizo sheshe ngikwenze
uMama uyazi okugcono
Zonke izinsuku.
2. Nasengibiza ubaba
Ngizo shesha ngikwenze
uBaba uyazi okugcono
Zonke izinsuku.
3. Nkulunkulu uyangi thanda
Uyangibusisa.
Ngiya mucabanga
Ngizom thobela.