Page 58
Ngi Yakubonga, Baba Wami
Ngi Yakubonga, Baba Wami
1. Baba wethu wase ZulwiniNgiya bonga umusa wakho. Ngiya kubonga ngekhaya.Nabangani nabazali, gibonga ngezibusiso.Engithola lapha emhlabeni.
2. Ngisize ngibenomusa, ngi laleleAbazali bami, ngibusise ungondleNjegengane yoqobo yenkosiNgegamu likaJesu.