Page 32
Enza Okufanele
Enza Okufanele
1. Enza Okufanele.
Ilanga elisha liyasa
Ukukhululeka ukukhanva
Izingelosi ziqopa phansi.
Enza okufanele ngamandle akho.
Akunandaba isijeziso.
Bheka isikhathi esizayo.
INKosi izoku siza enza kahle.
2. Enza Okufanele.
Amacala azohlubuka
Amacala akaqinile
Amaqiniso azophakama.
Enza okufanele ngamandle akho.
Akunandaba isijeziso.
Bheka isikhathi esizayo.
INKosi izoku siza enza kahle.
3. Enza Okufanele.
Thembeka umhlobo ungasabi
Qhubeka uyephambili nenjabulo
Nizo nikezwa izibusiso.
Enza okufanele ngamandle akho.
Akunandaba isijeziso.
Bheka isikhathi esizayo.
INKosi izoku siza enza kahle.